Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UmShumayeli 10:3 - IsiZulu 2020

3 Ngisho sihamba emgwaqweni isiwula siveza ubuwula baso, sitshela bonke ukuthi sona siyisiwula.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Yebo, nasendleleni esihamba ngayo isiwula, siyaphela ingqondo, sisho kubo bonke ukuthi siyisiwula.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Yebo, lapho oyisiwula sihamba endleleni, ukuhlakanipha kwaso kuyasidumaza, sitshele wonke umuntu ukuthi uyisiwula.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UmShumayeli 10:3
5 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Bonke abahlakaniphileyo basebenza ngokwazi, kepha isiwula sisabalalisa ubuwula.


Isiwula asithokozi ngokuqonda, kuphela ngokuveza okusenhliziyweni yaso.


Izindebe zesiwula ziletha ingxabano, nomlomo waso uletha imivimbo.


Ngokuba iphupho livela nemisebenzi eminingi; nezwi lesiwula linamagama amaningi.


Bayamangala ukuthi anisahambisani nabo kulawo manyala edlulele, behlambalaza.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka