UMikha 6:6 - IsiZulu 20206 Ngiyakufika ngiphetheni nje kuSimakade, engiyakukhothama nakho kuNkulunkulu ophezulu na? Ngabe ngiyakufika kuye neminikelo yokushiswa namathole anonyaka na? Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE6 Ngiyakusondela kuJehova nginantoni, ngikhothame kuNkulunkulu ophezulu, na? Ngiyakufika ngiphethe iminikelo yokushiswa, nginamathole amnyaka munye, na? Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20246 Ngiyakuza ngani phambi kukaJehova, ngikhothame phambi kukaNkulunkulu ophakeme? Ngiyakufika phambi kwakhe neminikelo yokushiswa namathole amnyaka munye na? Uka jalj uñjjattʼäta |
Kuyothi lapho abantu abahlala ezweni bengena phambi kukaSimakade ngesikhathi semikhosi emisiweyo, kuthi lowo ongene ngendlela yesango elisenyakatho ukuba ayokhuleka, aphume ngesango eliseningizimu. Umuntu oyakungena ngendlela yesango eliseningizimu uyakuphuma ngendlela yesango elisenyakatho. Akayukubuyela emuva ngendlela angene ngayo, kodwa uyakuphuma esangweni elimaqondana nalelo angene ngalo.