UMikha 4:10 - IsiZulu 202010 Yobayoba ezinhlungwini, uzale, ndodakazi yaseZiyoni, njengowesifazane obelethayo, ngokuba manje uyakuphuma uphele kulo muzi, uyakuhlala endle, uye naseBhabhele, kulapho uyakukhululwa khona; uSimakade uyakukuhlenga esandleni sezitha zakho.” Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE10 Yiba nemihelo, uzale, ndodakazi yaseSiyoni njengobelethayo, ngokuba manje uyakuphuma emzini, uhlale endle, ufike naseBabele, lapho uzakophulwa khona; lapho uJehova uyakukukhulula esandleni sezitha zakho. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202410 Yiba sezinhlungwini futhi uhehe ukuze ubele, ndodakazi yaseSiyoni njengobelethayo; ngoba manje kumelwe uphume emzini uhlale endle, futhi uzoya eBhabhiloni; lapho uyakusindiswa; lapho uJehova uyakukukhulula esandleni sezitha zakho. Uka jalj uñjjattʼäta |