UMikha 2:12 - IsiZulu 202012 “Impela ngiyakumqoqa wonkana uJakobe; ngiyihlanganise ndawonye ngempela insali yakwa-Israyeli, ngiyiqoqele ndawonye njengezimvu esibayeni, nanjengomhlambi phakathi edlelweni lawo, kube nokuxokozela kwabantu. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE12 “Ngiyakukubutha, Jakobe, wonke wakho; ngiyakuqoqa nokuqoqa insali yakwa-Israyeli; ngiyakubabeka ndawonye njengezimvu zaseBosira, njengomhlambi phakathi kwedlelo lawo, kwenziwe ukukhamuluka okuvela kubantu. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202412 Ngiyakunibutha, Jakobe, nonke; ngiyakubutha nokubutha insali yakwa-Israyeli; ngiyakubabutha njengezimvu zaseBhozira, njengomhlambi phakathi kwesibaya sawo; Uka jalj uñjjattʼäta |