UMalaki 3:7 - IsiZulu 20207 Kusukela ezinsukwini zokhokho benu niphambukile ezimisweni zami, nangazigcina. Buyelani kimi, nami ngizobuyela kini,” kusho uSimakade Wamabandla. Kodwa niyabuza nithi: “Sizobuyela kanjani na?” Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE7 Kusukela emihleni yawoyihlo nichezukile ezimisweni zami, anizigcinanga. Buyelani kimi, ngiyakubuyela kini,” usho uJehova Sebawoti. “Nokho nithi: ‘Siyakubuyela kanjani?’ Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20247 Kusukela emihleni yawoyihlo nichezukile ezimisweni zami, anizigcinanga. Buyelani kimi, futhi ngiyakubuyela kini, kusho uJehova Sebawoti. Kepha nina nithi: “Siyakubuyelaphi na?” Uka jalj uñjjattʼäta |
ngesikhathi sengibangenise ezweni engangifungile ukuthi ngiyobanika lona. Kwathi lapho bebona amagquma aphakemeyo nazo zonke izihlahla ezinamacembe, base benikela lapho ngemihlatshelo yabo, bangichukuluza ngeminikelo yabo, benza lapho kwaba nephunga elimnandi, bathululela lapho iminikelo yokuphuzwayo.