Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




ULevitikusi 5:8 - IsiZulu 2020

8 Uyakuwaletha kumphristi, alethe kuqala elomnikelo wesono, alishuphule ikhanda entanyeni, kodwa angalehlukanisi nalo,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 awalethe kumpristi oyakunikela ngelomnikelo wesono kuqala, alishumpule inhloko entanyeni, angalidabuli kodwa,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Kumelwe awulethe kumpristi, okufanele alungise umnikelo wesono kuqala futhi asuse ikhanda lawo entanyeni yawo, kodwa angawuhlukanisi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




ULevitikusi 5:8
4 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Umphristi uyakuwuletha e-althare, awushumpule inhloko, awushise kube nentuthu e-althare, akhamele igazi lawo ezinhlangothini ze-althare.


Uyakulidabula phakathi kwamaphiko, kodwa angalehlukanisi. Umphristi uyakulishisa e-althare phezu kwezinkuni ezisemlilweni, libe ngumnikelo wokushiswa, umnikelo womlilo, ube yiphunga elimnandi kuSimakade.


owanikelwa ngenxa yeziphambeko zethu, wavuswa ngenxa yokulungisiswa kwethu.


UKhristu wahlupheka kwaba kanye ngenxa yezono; olungileyo ehluphekela abangalungile, ukuze aniyise kuNkulunkulu; wabulawa emzimbeni, kodwa waphiliswa kuMoya.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka