Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




ULevitikusi 17:2 - IsiZulu 2020

2 “Khuluma no-Aroni, namadodana akhe, nabo bonke abantu bakwa-Israyeli, uthi kubo: ‘Yilokhu uSimakade ayale ngakho, ethi:

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 “Yisho ku-Aroni, nakumadodana akhe, nakubo bonke abantwana bakwa-Israyeli, uthi kubo: ‘Lokhu kuyikho ayale ngakho uJehova, ethi:

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Yisho ku-Aroni nakumadodana akhe nakubo bonke abantwana bakwa-Israyeli, uthi kubo: ‘Nansi indaba uJehova ayale ngayo ngokuthi:

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




ULevitikusi 17:2
4 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Amadodana ka-Amramu: ngu-Aroni noMose. U-Aroni wahlukaniswa wangcweliselwa izinto ezingcwelengcwele, yena namadodana akhe, kuze kube phakade, ukuba ashise impepho phambi kukaSimakade, amkhonze, nokuba abusise egameni likaSimakade, kuze kube phakade.


USimakade wakhuluma kuMose, wathi:


yilowo nalowo muntu wendlu yakwa-Israyeli oyohlaba inkunzi noma imvana noma imbuzi enkanjini, noma ayihlabele ngaphandle kwenkambu,


Xwaya ukuba unganikeli ngeminikelo yakho yokushiswa ezindaweni zonke ozibonayo,


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka