Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UJoweli 3:6 - IsiZulu 2020

6 nathengisa ngabantu bakwaJuda nabaseJerusalema kubantu bamaGriki kude le, ukuze nibasuse ezweni labo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 nathengisa ngabantwana bakwaJuda nangabantwana baseJerusalema kumadodana aseJavani ukuba nibadedisele kude nemikhawulo yabo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Abantwana bakwaJuda nabantwana baseJerusalema bathengisa ngani kumaGreki ukuba awasuse kude nemingcele yawo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJoweli 3:6
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

“ ‘AbaseJavani, abaseThubhali nabaseMeshekhe babengabahwebi bakho, behwebelana nawe ngabantu nezitsha zethusi ukuba bathole impahla yakho.


Zenza unkatho ngabantu bami, zathengisa umfana ukuze zilale nesifebe, zathengisa ngentombazane ukuze zithole iwayini, zaliphuza.


Ngiyakuthengisa amadodana namadodakazi enu ngesadla sabantu bakwaJuda, bayakuwathengisa kumaSabhiyani, isizwe esikude.” Impela usekhulumile uSimakade.


Ngokuba ngizonweba uJuda njengomnsalo, u-Efrayimi abe njengomcibisholo. Ngiyakwenza amadodana akho Ziyoni avukele amadodana akho Javani. Ngikwenze ube njengenkemba yeqhawe.


Amadodana akho namadodakazi akho ayakunikwa ezinye izizwe, ubuka ngamehlo akho, uyofisa ukuwasiza usuku lonke, kodwa isandla sakho singabi namandla okwenza utho.


USimakade uyakukubuyisela eGibhithe ngemikhumbi ngendlela engasho ngayo kuwe, ngathi: ‘Awusayukuphinda uyibone futhi.’ Lapho niyakuzithengisa ezitheni zenu nibe yizigqila nezigqilakazi; ningathengwa muntu.”


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka