Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UJoshuwa 6:3 - IsiZulu 2020

3 Niyakuhamba niwuzungeze kanye umuzi. Uyakukwenza lokhu izinsuku eziyisithupha,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Niyakuhaqa umuzi, onke amadoda empi, niwuzungeze umuzi kanye. Uyakwenze njalo izinsuku eziyisithupha.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Kumelwe nizungeze umuzi, wonke amadoda enu empi, nizungeze umuzi kanye. Ngakho kufanele wenze izinsuku eziyisithupha.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJoshuwa 6:3
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Phansi kwalo kwakunokufana nezintangazane kuluzungezile, kungamakhubhithi alishumi, nxazonke. Izintangazane zazisezinhleni zombili zolwandle, zibunjelwe kulo.


Kodwa ningamhlubuki uSimakade, ningabesabi abantu bakulelo lizwe. Bayofana nesinkwa nje kithi; umthunzi wabo usukile phezu kwabo, kodwa uSimakade unathi. Ningabesabi.”


Kepha le ngcebo sinayo ezitsheni zebumba, ukuze ubukhulu bamandla obukhulu kakhulu bube ngobukaNkulunkulu, hhayi obuvela kithi.


Umphongolo kaSimakade wazungeza umuzi, wawuzungeza kanye, base bebuyela enkanjini yabo, balala lobo busuku lapho babekanise khona.


Ngosuku lwesibili bahamba bawuzungeza umuzi kanye, base bebuyela enkanjini. Bakwenza lokho izinsuku eziyisithupha.


USimakade wathi kuJoshuwa: “Bheka, ngilinikele kuwe iJerikho, lona kanye nenkosi yalo namaqhawe alo anamandla.


nabaphristi abayisikhombisa bephethe amacilongo ayisikhombisa ezimpondo zezinqama, behamba phambi komphongolo wesivumelwano. Ngosuku lwesikhombisa uyakuwuzungeza umuzi kuze kube kasikhombisa, abaphristi bebetha amacilongo.


Wathi kubantu: “Phikelelani phambili, niwuzungeze umuzi; amadoda ahlomile mawedlule phambi komphongolo kaSimakade.”


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka