UJoshuwa 6:13 - IsiZulu 202013 Abaphristi abayisikhombisa ababephethe amacilongo ezimpondo zezinqama ayisikhombisa, bedlula phambi komphongolo kaSimakade beshaya amacilongo. Amadoda ahlomile ahamba phambi kwabo, amanye alandela umphongolo kaSimakade, kwathi abashaya amacilongo bawashaya bengaphumuli. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE13 Abapristi abayisikhombisa, bethwele amacilongo ayisikhombisa ejubili* phambi komphongolo kaJehova, bahamba njalo bewabetha amacilongo; abahlomileyo bahamba phambi kwabo, nesigaba sasemuva sawulandela umphongolo kaJehova, bebetha amacilongo besahamba. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202413 Abapristi abayisikhombisa abathwala izimpondo zezinqama eziyisikhombisa phambi komphongolo kaJehova badabula, babetha izimpondo; abahlomileyo baphuma phambi kwabo; kodwa umvuzo wafika ngemva komphongolo kaJehova, abapristi bahamba bevuthela izimpondo. Uka jalj uñjjattʼäta |