Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UJoshuwa 22:12 - IsiZulu 2020

12 Kuthe ukuba abakwa-Israyeli bakuzwe lokho, yonke inhlangano yabakwa-Israyeli yabuthana eShilo ukuze balwe nabo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Abantwana bakwa-Israyeli sebezwile lokho, yonke inhlangano yabantwana bakwa-Israyeli yabuthana ngaseShilo ukuba ikhuphuke ilwe nabo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Kwathi abantwana bakwa-Israyeli bekuzwa lokho, yonke inhlangano yabantwana bakwa-Israyeli yabuthana eShilo ukubahambela.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJoshuwa 22:12
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngokuba ngiyabafakazela ukuthi banayo intshisekelo kaNkulunkulu, kodwa engasuki ekwazini,


uyozibulala ngenkemba izakhamuzi zalowo muzi, uwuchithe impela, nakho konke okuphakathi kwawo, nemfuyo yawo, ukubhubhise ngenkemba.


Inhlangano yonke yakwa-Israyeli yayisihlangana eShilo, yamisa lapho ithende lokuhlangana. Izwe lanqotshwa phambi kwayo.


Abakwa-Israyeli bathumela uFinehasi, indodana ka-Eleyazare umphristi, kwabozalo lukaRubeni, olukaGadi, nengxenye yesizwana sakwaManase kwaGileyadi.


Bafika ozalweni lukaRubeni nolukaGadi nasengxenyeni yesizwana sakwaManase kwaGileyadi, bathi kubo:


Umphristi uFinehasi, indodana ka-Eleyazare, nezikhulu babuyela emuva besuka kwaRubeni nakwaGadi kwaGileyadi eKhanani, babuyela kwa-Israyeli nezwi abaliphathisiwe.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka