UJoshuwa 2:5 - IsiZulu 20205 Kuthe kusihlwa sekuzovalwa isango, asuka ahamba. Angazi ukuthi aphume alibhekisaphi. Phuthumani niwalandele, ngokuba ningase niwafice.” Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE5 kwathi ngesikhathi sokuvalwa kwesango lapho sekumnyama, amadoda aphuma; angazi ukuthi ayaphi lawo madoda; sheshani niwaxoshe, ngokuba niyakuwafica.” Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20245 Kwathi ngesikhathi sokuvalwa kwesango, sekuhlwile, amadoda aphuma; lapho amadoda aya khona, ngangingazi; ngoba uzawafica. Uka jalj uñjjattʼäta |
Ngasosebeni lomfula ngapha nangapha, kuyakumila zonke izinhlobo zemithi ethela izithelo, amaqabunga ayo awayukubuna, nezithelo zayo aziyukuphela; iyakuthela zinyanga zonke, ngokuba amanzi asuka endlini engcwele agelezela kuzo; izithelo zayo ziyakuba ngukudla, kuthi amaqabunga ayo abe ngawokuphilisa.”