Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UJoshuwa 16:8 - IsiZulu 2020

8 Ukusuka eThaphuwa umngcele wawubheka ngasentshonalanga uze ufinyelele esigodini iKhana ugcine olwandle. Sasimi kanjalo-ke isabelo sesizwana sozalo luka-Efrayimi ngokwemindeni yaso,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Kusukela eTaphuwa umkhawulo waya ngasentshonalanga, wafika emfudlaneni iKhana; ukuphuma kwawo kwakuselwandle. Lelo liyifa lesizwe sabantwana bakwa-Efrayimi ngemindeni yabo

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Umkhawulo waphuma eTaphuwagi ngasentshonalanga, waya emfuleni iKhana; futhi ukuphuma kwawo kwakungaselwandle. Leli yifa lesizwe sabantwana bakwa-Efrayimi ngezizukulwane zabo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJoshuwa 16:8
10 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

wambeka waba yinkosi, wabusa abakwaGileyadi, ama-Ashurimi, abaseJizreyeli, abakwa-Efrayimi abakwaBhenjamini, wabusa no-Israyeli wonke.


Ifa labo nezindawo zabo zokuhlala kwakuyiBhethele nemizana yalo, ngasempumalanga kuyiNaharani, ngasentshonalanga kuyiGezeri nemizana yalo, iShekemi nemizana yalo, kwaze kwaba se-Aya nemizana yalo;


“U-Efrayimi uyakuba nesabelo ngasemngceleni wakwaManase, kusukela ohlangothini olusempumalanga kuze kube kolusentshonalanga.


“ ‘Umngcele wasentshonalanga kuyoba wuLwandle Olukhulu, lube ngumngcele wenu entshonalanga.


inkosi yaseThaphuwa: iyodwa; inkosi yaseHeferi: iyodwa;


nemizi eyehlukaniselwa abozalo luka-Efrayimi esabelweni sabozalo lukaManase, yonke leyo mizi nemizana yayo.


Indawo yabakwaManase yayisuka e-Asheri iye eMikhemetha engaphambi kweShekhemi; bese umngcele uqhubeka ngaseningizimu uye kwababakhe e-Eni Thaphuwa.


e-Ebhironi, eRehobhi, eHamoni, eKhana, uze uyofika eSidoni Elikhulu,


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka