Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UJoshuwa 13:11 - IsiZulu 2020

11 neGileyadi nesifunda samaGeshuri, namaMahakhathi, nayo yonke intaba iHermoni, nalo lonke iBhashani kuya eSalekha,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 neGileyadi nomkhawulo wamaGeshuri nowamaMahakhathi, nayo yonke intaba yaseHermoni, nalo lonke iBashani kuze kufike eSaleka,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

11 nelakwaGileyadi, nomkhawulo wamaGeshuri, namaMahagati, nayo yonke intaba yaseHermoni, neBashani yonke, kwaze kwaba seSaleka;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJoshuwa 13:11
13 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Bahlala phansi, badla; kuthe bephakamisa amehlo, babona ihele labakwa-Ishmayeli liqhamuka kwaGileyadi, amakameli abo ethwele inhlaka, nebhalisamu, nemure, bekwehlisela eGibhithe.


UGeshuri no-Aramu bathatha imizana kaJayiremi, iKenathi nemizana yalo, imizi engama-60. Bonke laba babengamadodana kaMakhiri, uyise kaGileyadi.


Amadodana kaGadi ahlala maqondana nabo eBhashani, kwaze kwaba seSaleka.


UMose wathi kubo: “Uma abakwaGadi nabakwaRubeni bewela nani iJordani, bonke behlomele ukulwa phambi kukaSimakade, izwe balinqobe phambi kwenu, niyobanika izwe lakwaGileyadi libe yifa labo.


sayithatha yonke imizi esethafeni lakwaGileyadi, iBhashani lonke kuze kube seSalekha nase-Edireyi, imizi yasembusweni ka-Ogi eBhashani.


nakumaKhanani empumalanga, nasentshonalanga, nakuma-Amori, amaHithi, amaPherizi, amaJebusi kwelezintaba, nakumaHivi phansi kweHermoni eMizpha.


nayo yonke imizi yenkosi uSihoni wama-Amori owayebusa eHeshiboni, kuze kuyofika emngceleni wama-Amoni,


“Nanti izwe elisasele: zonke izifunda zamaFilisti nalezo zamaGeshuri,


indawo yabo kwawuyiJazeri, nayo yonke imizi yakwaGileyadi, nengxenye yezwe lakwa-Amoni kuya e-Aroweri, elingaphambi kweRaba,


Lokho kwenza ukuba abakwaManase bathole izabelo ezilishumi ngaphandle kweGileyadi neBhashani ngaphesheya kweJordani,


AmaHebheru awela iJordani, aya kwaGadi nakwaGileyadi. USawule wayeseseGiligali, bonke abantu bamlandela bethuthumela.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka