UJoshuwa 12:7 - IsiZulu 20207 Lawa ngamakhosi ezwe anqotshwa nguJoshuwa nabakwa-Israyeli entshonalanga yeJordani, kusuka eBhali Gadi esigodini iLebhanoni kuya entabeni iHalakhi ekuphakama kwayo kubheke eSeyiri, uJoshuwa wanikeza izizwana zakwa-Israyeli izwe labo laba yifa lazo njengokwabelwa kwazo, Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE7 Lawa angamakhosi ezwe anqotshwa nguJoshuwa nangabantwana bakwa-Israyeli ngaphesheya kweJordani ngasentshonalanga, kusukela eBali Gadi esigodini saseLebanoni kuze kufike entabeni yaseHalaki eyenyukela eSeyiri, uJoshuwa walinika izizwe zakwa-Israyeli libe yifa ngokwezabelo zabo Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20247 Lawa angamakhosi ezwe uJoshuwa nabantwana bakwa-Israyeli abawahlula ngasempumalanga kweJordani ngasentshonalanga, kusukela eBali Gadi esigodini saseLebanoni kuze kufike ezintabeni zaseHalaki ezikhuphukela eSeyiri; uJoshuwa alinika izizwe zakwa-Israyeli njengefa ngokwezabelo zazo; Uka jalj uñjjattʼäta |