Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UJoshuwa 10:34 - IsiZulu 2020

34 UJoshuwa wasuka eLakhishi, nabo bonke abakwa-Israyeli, baya e-Egiloni; bakanisa maqondana nalo, balwa nalo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

34 UJoshuwa wasuka eLakishi, bonke abakwa-Israyeli benaye, waya e-Egiloni; bamisa malungana nalo, balwa nalo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

34 UJoshuwa wayesesuka eLakishi, waya e-Egiloni, no-Israyeli wonke kanye naye; futhi bamisa ngokumelene nalo futhi balwa nalo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJoshuwa 10:34
5 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngakho-ke u-Adoni Zedeki, inkosi yaseJerusalema, wathumela kuHohamu inkosi yaseHebhroni, nakuPhiramu inkosi yaseJarimuthi, nakuJafiya inkosi yaseLakhishi, nakuDebhiri inkosi yase-Egiloni, wathi:


Kwase kukhuphuka uHoramu, inkosi yaseGezeri, ukuzosiza iLakhishi, kepha uJoshuwa wayibulala nabantu bayo, akashiyanga namunye kubo.


Balidla ngalolo lusuku, balichitha ngenkemba; nabo bonke abantu ababekulo, njengalokhu babenzile eLakhishi.


inkosi yase-Egiloni: iyodwa; inkosi yaseGezeri: iyodwa;


iLakhishi, iBhozikhathi, i-Egiloni,


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka