Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UJoshuwa 10:15 - IsiZulu 2020

15 UJoshuwa nabo bonke abakwa-Israyeli ababenaye babuyela enkanjini eGiligali.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 UJoshuwa wabuyela ekamu* laseGiligali, bonke abakwa-Israyeli benaye.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

15 UJoshuwa wabuyela ekamu laseGiligali, nawo wonke u-Israyeli enaye.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJoshuwa 10:15
5 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Abantu ababekuwo wabakhipha, wababulala ngamasaha, ngezibhulo zensimbi, nangamazembe ensimbi, abanye wabasebenzisa ukubumba izitini. Lokho wakwenza kuyo yonke imizi yakwa-Amoni. UDavide, nabo bonke abantu, babuyela eJerusalema.


Aluzange lube khona usuku olunjengalolo ngaphambi kwalo noma ngasemuva kwalo, lapho uSimakade alalela khona izwi lomuntu; wamlwela u-Israyeli.


Lawo makhosi ayisihlanu abaleka, ayocasha emgedeni eMakheda.


UJoshuwa wabuyela enkanjini eGiligali, nabo bonke abakwa-Israyeli ababenaye.


AbaseGibheyoni bathumela kuJoshuwa enkanjini eGiligali, bathi: “Ungaziyekeleli izinceku zakho; woza kithi ngokushesha usisindise, usisize, ngokuba wonke amakhosi ama-Amori akhe kwelezintaba ayasihlanganyela.”


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka