Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UJobe 9:16 - IsiZulu 2020

16 Uma bengimbizile wase engiphendula, angikholwa ukuthi ulilalele izwi lami.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Uma bengimbizile abesengiphendula, bengingayikukholwa nokho ukuthi ubekile indlebe ezwini lami.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Uma ngimbiza, wangiphendula; nokho ngangingakholwa ukuthi ulalele izwi lami.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJobe 9:16
12 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Khuluma, ngizophendula, noma mangikhulume, Wena ungiphendule.


Ngabahleka bangakholwa, ukuchachamba kobuso bami abakuqedanga.


Noma ngingenacala, angikwazi ukumphendula, kufanele ngicele umusa kumehluleli wami.


Ngokuba uyangilimaza ngesiphepho, wandisa amanxeba ami ngaphandle kwesizathu.


Ngesikhathi uSimakade ekhulula uZiyoni, sasifana nabaphuphayo.


Ekuhluphekeni kwami ngakhala kuSimakade, ngakhala, uNkulunkulu walizwa izwi lami esethempelini lakhe; ukukhala kwami, kwafinyelela ezindlebeni zakhe.


UMose wakhuluma kanjalo kubantu bakwa-Israyeli, kodwa abazange bamlalele, ngenxa yezinhliziyo ezincane nokusebenza kanzima.


Kepha babengakholwa ngenxa yentokozo nokumangala, wathi kubo: “Ninakho yini ukudla lapha na?”


UGideyoni wathi kuyo: “Kodwa mnumzane, uma uSimakade enathi, kungani kwenzeke konke lokhu kithi, na? Ziphi zonke izenzo zakhe ezimangalisayo, okhokho bethu abasixoxela ngazo, bethi: ‘Akazange yini uSimakade asikhuphule eGibhithe, na?’ Kepha manje uSimakade usilahlile, wasinikela esandleni sabakwaMidiyani.”


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka