Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UJobe 34:7 - IsiZulu 2020

7 Ngumuphi umuntu onjengoJobe, ophuza ukungcofwa njengamanzi,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Ngumuphi umuntu onjengoJobe ophuza usulu njengamanzi,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Ngubani onjengoJobe, oklolodela njengamanzi okuphuza?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJobe 34:7
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ukuqavitha kwakho kufanele kubathulise yini abantu na? Nalapho ukloloda, akekho yini ongakuthela ngehlazo na?


Sengiyinhlekisa kumngani wami, mina ebengikhala kuNkulunkulu angiphendule; umuntu olungileyo nongenasici, useyisigcono.


kakhulu kangakanani onengekayo nowonakeleyo, umuntu ophuza ububi njengamanzi na?


Kepha wena uhluphekile ngokuthi izikhohlakali ziyakujeziswa yini; ukwehlulela nobulungiswa kuyokwenziwa.


“Kuyoze kube nini ziwula ndini nithanda ubuwula, nani zedeleli, nithokoziswa ngukweyisa, nani ziwula nizonda ulwazi na?


Ofakaza okuyize wedelela umthetho; umlomo wezikhohlakali ugwinya inkohlakalo.


kwazise badla isinkwa senkohlakalo, baphuze iwayini lobudlova.


kuze kuthi, lapho ezwa amazwi alesi sifungo, azibusise enhliziyweni yakhe ngokuthi: ‘Ngiyakuba nokuthula, noma ngihamba ngenkani yenhliziyo yami,’ ukuze kuqedwe okuswakemeyo nokomileyo,


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka