Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UJobe 34:34 - IsiZulu 2020

34 “Abantu abanokuqonda bayothi kimi, yebo, nezihlakaniphi ezingizwayo, ziyothi:

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

34 “Abantu abanokuqonda bayakusho kimi, yebo, nezihlakaniphi, lapho zingizwa, ziyakuthi:

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

34 Abantu abanokuqonda mabangitshele, nomuntu ohlakaniphileyo makangilalele.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJobe 34:34
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

“Ngalokho ngizweni, nina bantu abanokuqonda, makube kude noNkulunkulu ukuba enze inkohlakalo, nakuSomandla ukuba enze okungalungile.


“Uma unengqondo, yizwa lokhu, ulalele amazwi engiwakhulumayo.


“Yizwani amazwi ami, nina zihlakaniphi, ningilalele nina enaziyo.


Uyakuphindisela ngokuthanda kwakho yini, njengoba usenqaba isifundiso sami na? Ngokuba nguwe ozakukhetha, hhayi mina; khuluma okwaziyo.


‘UJobe ukhuluma engenalwazi, amazwi akhe awanangqondo.’


Masizikhethele thina okulungile, sikubone thina okuhle.


Ngikhuluma njengakubantu abakhaliphileyo; nqumani nina ngalokhu engikhushoyo.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka