Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UJobe 3:9 - IsiZulu 2020

9 Izinkanyezi zokuhwelela kobusuku maziphenduke ubumnyama, mabulindele ukukhanya kodwa kungabi bikho, mabungakuboni ukuntwela kokusa,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Izinkanyezi zokuhwelela kwabo maziphenduke ubumnyama; mabulinde ukukhanya kungabikho, bungaboni izinkophe zokusa,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Izinkanyezi zokuhwalala mazibe mnyama; malifune ukukhanya, kepha lingabi nakho; futhi mayingaboni ukusa kosuku.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJobe 3:9
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

ngokuba abuzivalanga izivalo zesizalo sikamame, abuyifihlanga inkathazo emehlweni ami.


Mabaluqalekise labo abaqalekisa usuku, labo abalungele ukuvusa uLeviyathani.


Lapho ngilindele okuhle, kwafika okubi, ngalindela ukukhanya, kwafika ubumnyama.


Akekho onesibindi sokuba angayivusa. Pho ngubani ongema phambi kwayo na?


Ukuthimula kwayo kuveza ukukhanya, amehlo ayo afana nemisebe yokusa.


Mnikeni uSimakade uNkulunkulu wenu udumo, engakabulethi ubumnyama, zingakakhubeki izinyawo zenu ezintabeni zokuhwalala, niyokuthi nisabheke ukukhanya akuphendule ithunzi lokufa, akwenze kube yisigayegaye sobumnyama.


Besilindele ukuthula, kodwa akukho okuhle; nesikhathi sokuphiliswa, kepha bheka, luvalo lodwa.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka