Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UJobe 26:13 - IsiZulu 2020

13 Ngomoya wakhe amazulu ayakhazimuliswa; isandla sakhe sabhokoda inkanyamba eshwibekayo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Ngokuphefumula kwakhe izulu liyakhazimula; isandla sakhe sigwazile inyoka esheshayo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Ngomoya wakhe wahlobisa amazulu; isandla sakhe sakha inyoka eyisigwegwe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJobe 26:13
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Umhlaba wawungenasimo, ungenalutho, ubumnyama busibekele utwa. UMoya kaNkulunkulu wawuvunguza phezu kwamanzi.


oweneka izulu yedwa, ahambe phezu kwamaza olwandle,


Uyathumela umoya wakho, zidalwe; wenza bube busha ubuso bomhlaba.


Ngalolo lusuku uSimakade uyojezisa uLeviyathani ngenkemba yakhe enonya, elukhuni nemandla. ULeviyathani yinkanyamba esheshayo, futhi ethandelayo, uyobulala nenkanyamba yasolwandle ehlala khona.


Udrago omkhulu, inyoka endala okuthiwa nguMhlebi noSathane, odukisa umhlaba wonke; waphonswa phansi emhlabeni nezingelosi zakhe ezazinaye.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka