Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UJobe 22:29 - IsiZulu 2020

29 Uma bekwehlisa isithunzi, uyakuthi: ‘Kungukuphakanyiswa!’ ngokuba uyamsindisa ozithobayo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

29 Uma zehla, uyakuthi: ‘Phezulu!’ abesephakanyiswa ozithobileyo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

29 Lapho abantu bewiswa phansi, khona-ke kumelwe uthi: ‘Kukhona ukuphakamisa; futhi uyosindisa abathobekile.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJobe 22:29
17 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Amehlo akhe akawasusi kwabalungileyo, kodwa ubahlalisa namakhosi ezihlalweni zobukhosi, baphakame, kuze kube phakade.


ukuze aphakamise abaphansi, aphakamisele phezulu, endaweni ephephileyo, abakhalayo.


Nakuba uSimakade ephakeme, uyamnakekela ophansi; ozidlayo umazi ekude.


Impakamo yomuntu iyomqumba phansi, kepha onomoya othobekileyo uyazuza udumo.


Usho kanje ophezulu nophakemeyo, ohlala kuze kube phakade, ogama lakhe lingoNgcwele, uthi: “Ngihlala endaweni ephakemeyo nengcwele, nakulowo onomoya odabukileyo nothobekileyo, ukuvuselela umoya wabathobekileyo, nokuphilisa izinhliziyo zabazisolayo.


Zonke lezi zinto zenziwe yisandla sami, ngakho-ke konke lokhu kwavela ngezwi lami,” kusho uSimakade. “Ngiyakubheka kulowo othobekile, nodabukileyo emoyeni, othuthumelayo ngenxa yezwi lami.


Kepha yilowo nalowo oziphakamisayo uzakuthotshiswa, nalowo ozithobayo uzakuphakanyiswa.


Uwisile amakhosi ezihlalweni, uphakamisile abantukazana.


Ngokuba bonke abaziphakamisayo bayakuthotshiswa; nozithobayo uyakuphakanyiswa.”


Kepha unikeza umusa kakhulu ngakho, uthi: “UNkulunkulu umelana nabazidlayo, kodwa abathobekileyo ubapha umusa.”


Kanjalo nani zinsizwa, thobelani amalunga, kodwa nonke yembathani ukuthobeka, nithobelane, ngokuba uNkulunkulu umelene nabazidlayo, kodwa abathobekileyo ubapha umusa.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka