Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UJobe 12:20 - IsiZulu 2020

20 Uyazithulisa izindebe zabathembekileyo, aphuce amalunga ukuqonda.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Uyasusa ulimi lwabathembekileyo, aphuce amalunga ukuqonda.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

20 Uyasusa inkulumo yabathembekileyo, futhi ususa ukuqonda kwabadala.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJobe 12:20
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Uphuca abaholi bezizwe zomhlaba ukuqonda, abahlwathizise lapho kungekho ndlela khona, ehlane, kwahlongasibi.


Ngokuba uzivalile izingqondo zabo, ukuze zingaqondi, ngakho-ke awuyukubaphakamisa.


Akusibo abadala abahlakaniphileyo, nabaqonda okulungile.


UNkulunkulu uyenze ukuba ikhohlwe ngukuhlakanipha, akayabelanga ukuqonda.


Izindebe zolungileyo zondla abaningi, kepha iziwula ziyafa ngokuswela ingqondo.


Izindebe ezikhuluma iqiniso ziyakuma kuze kube phakade, kepha ulimi lwamanga lungolomzuzwana nje.


Izindebe ezikhuluma amanga ziyisinengiso kuSimakade, kodwa abenza iqiniso bayintokozo yakhe.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka