UJobe 1:15 - IsiZulu 202015 ngesikhathi kufika amaShebha akuthumba, abulala izinceku ngenkemba; yimina nje ngedwa engiphunyulile, ukuze ngizokubikela.” Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE15 lapho amaSheba etheleka, azithatha; izinceku azibulele ngosiko lwenkemba; mina ngedwa kuphela ngisindile, ukuze ngikubikele.” Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202415 AmaSabeya azihlasela, azithatha; yebo, bazibulala izinceku ngosiko lwenkemba; mina ngedwa ngisindile, ukuze ngikubikele. Uka jalj uñjjattʼäta |
Usho kanje uSimakade, uthi: “Ingcebo yaseGibhithe nokuzuziweyo kwaseKhushe, nangamaShebha, abantu abade; kuyakuza kuwe, kube ngokwakho; bayakukulandela, bafike beboshwe ngamaketanga; bakukhothamele, bakhuleke kuwe, bathi: ‘UNkulunkulu unani kuphela, akekho omunye, akekho omunye uNkulunkulu ngaphandle kwakhe.’ ”