UJeremiya 48:9 - IsiZulu 20209 Nikani uMowabi amaphiko, ngokuba uyakundiza, aphume; imizi yakhe iyakuba yincithakalo, kungabi bikho ohlala kuyo. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE9 Nikani uMowabi amaphiko, ngokuba uyakundiza, aphume; imizi yakhe iyakuba yincithakalo, kungabikho osahlala kuyo. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20249 Nika uMowabi amaphiko ukuba abalekele, aphunyuke; ngoba imizi yakhe izakuba yinkangala, kungahlali muntu kuyo. Uka jalj uñjjattʼäta |
Ngalokho-ke ngifunga ngiyagomela,” kusho uSimakade Wamabandla, uNkulunkulu ka-Israyeli, uthi: “Impela uMowabi uyakuba njengeSodoma, abantu bakwa-Amoni bafane neGomora, izwe lembabazane nemigodi kasawoti nencithakalo yaphakade. Insali yabantu bami iyakubaphanga, nabaseleyo besizwe sami bayakudla ifa labo.”