UJeremiya 4:7 - IsiZulu 20207 Ingonyama iphumile ehlokozini, umbhubhisi wezizwe uyeza; uphumile endaweni yakhe ukuba enze izwe lakho libe yincithakalo, imizi yakini icekelwe phansi, kungabi bikho ohlala kuyo. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE7 Ingonyama ikhuphukile esihlahleni sayo, umchithi wezizwe uyeza; uphumile endaweni yakhe ukuba ulenze izwe lakho libe yincithakalo, ichithwe imizi yakho, kungabikho ohlala kuyo. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20247 Ingonyama yenyuka iphuma ehlathini layo, nomchithi wezizwe usendleleni; uphumile endaweni yakhe ukuze enze izwe lakho libe yihlane; nemizi yenu iyakuba yincithakalo, kungabikho ohlala khona. Uka jalj uñjjattʼäta |
bheka, ngiyakuthumela, ngilande yonke imindeni esenyakatho,” kusho uSimakade, “noNebukhadinezari, inkosi yaseBhabhele, inceku yami. Ngiyakubaletha kuleli lizwe nakwabakhileyo kulo, nakuzo zonke lezi zizwe ezibazungezileyo, ngibabhubhise baphele nya, ngibenze ezibukwayo, into enximfelwayo nencithakalo yaphakade.