UJeremiya 39:6 - IsiZulu 20206 Inkosi yaseBhabhele yabulala amadodana kaZedekiya eRibhila phambi kwakhe, ebuka; yabulala nazo zonke izikhulu zakwaJuda. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE6 Inkosi yaseBabele yabulala amadodana kaSedekiya eRibila phambi kwamehlo akhe; futhi inkosi yaseBabele yabulala bonke abakhulu bakwaJuda. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20246 Inkosi yaseBabele yabulala amadodana kaSedekiya eRibila phambi kwamehlo akhe; inkosi yaseBabele yabulala zonke izikhulu zakwaJuda. Uka jalj uñjjattʼäta |
Emveni kwalokho,” kusho uSimakade, “ngiyakunikela uZedekiya, inkosi yakwaJuda, izinceku zakhe nabantu, kulo muzi, abayosinda obhubhaneni, enkembeni, endlaleni, esandleni sikaNebukhadinezari, inkosi yaseBhabhele, esandleni sezitha zabo, esandleni sabafuna ukuphila kwabo; uyakubabhubhisa ngenkemba, angabi naluzwelo, nasihe futhi angabi namusa kubo.” ’