UJeremiya 3:18 - IsiZulu 202018 Ngalezo zinsuku indlu yakwaJuda iyakuhamba nendlu yakwa-Israyeli, ziyakubuya kanyekanye ezweni enyakatho, ziye ezweni engalinika okhokho benu ukuba libe yifa labo. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE18 Ngalezo zinsuku indlu yakwaJuda iyakuya endlini yakwa-Israyeli, ziphume kanyekanye ezweni lasenyakatho, ziye ezweni engalinika oyihlo libe yifa labo. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202418 Ngalezo zinsuku indlu yakwaJuda iyohamba nendlu ka-Israyeli, futhi bayohlangana ndawonye besuka ezweni lasenyakatho baye ezweni engalinika okhokho benu njengefa. Uka jalj uñjjattʼäta |