UJeremiya 24:1 - IsiZulu 20201 USimakade wangikhombisa; bheka, amaqoma amabili ayenamakhiwane ebekwe phambi kwethempeli likaSimakade, emveni kokuba uNebukhadinezari, inkosi yaseBhabhele, ayesethumbe oJekhoniya indodana kaJehoyakimi, inkosi yakwaJuda, nezikhulu zakwaJuda, nezingcweti nabacangcathi bensimbi, ebathumbe eJerusalema, wabayisa eBhabhele. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE1 UJehova wangibonisa amaqoma amabili amakhiwane ebekwe phambi kwethempeli likaJehova, uNebukadinesari, inkosi yaseBabele, esethumbile uJekoniya indodana kaJehoyakimi, inkosi yakwaJuda, nezikhulu zakwaJuda, nezinyanga zomsebenzi, nabakhandi, wabasusa eJerusalema, wabayisa eBabele. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20241 UJehova wangibonisa; bheka, amaqoma amabili amakhiwane emi phambi kwethempeli likaJehova emva kukaNebukadinesari, inkosi yaseBabele, noJekoniya, indodana kaJehoyakimi, inkosi yakwaJuda, nezikhulu zakwaJuda kanyekanye. Ababazi bathunjwa. Nabakhandi bensimbi bevela eJerusalema, babayisa eBabele. Uka jalj uñjjattʼäta |