UJeremiya 22:6 - IsiZulu 20206 Ngokuba usho kanje uSimakade ngesigodlo senkosi yakwaJuda, uthi: “Ufana neGileyadi kimi, nanjengesicongo seLebhanoni, kodwa ngiyokwenza ube yihlane nemizi okungahlali muntu kuyo. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE6 Ngokuba usho kanje uJehova ngendlu yenkosi yakwaJuda, uthi: “UyiGileyadi kimi, nekhanda laseLebanoni; impela ngiyakukwenza ube yihlane nemizi engahlalwa muntu. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20246 Ngokuba usho kanje uJehova endlini yenkosi yakwaJuda, uthi: “UyiGileyadi kimi nenhloko yeLebanoni; nokho impela ngiyakukwenza ugwadule nemizi engahlalwa muntu. Uka jalj uñjjattʼäta |
Ngesandla sezinceku zakho uyidelelile iNkosi, wathi: ‘Ngezinqola zami eziningi ngenyukele phezulu ezintabeni, kuze kube semikhawulweni yeLebhanoni; ngagawulela phansi imisedari yalo emide, nemisayiphuresi yalo ekhethekileyo, ngafinyelela emajukujukwini ekuphakameni kwalo, nasesijwini sehlathi elicinene.