UJeremiya 2:6 - IsiZulu 20206 Abashongo ukuthi: ‘Uphi uSimakade owasikhuphula eGibhithe, wasihola ezweni eliyihlane nogwadule; izwe lemigodi, nesomiso, ezweni lethunzi lokufa, elingadatshulwa muntu, nalapho kungahlali muntu khona na?’ Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE6 Abashongo ukuthi: ‘Uphi uJehova owasikhuphula ezweni laseGibithe, wasihola ehlane ezweni lezingwadule nelemigodi, ezweni elomileyo nelethunzi lokufa, ezweni elingadatshulwa muntu, nalapho kungahlali muntu khona, na?’ Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20246 Futhi abashongo ukuthi: ‘Uphi uJehova owasikhuphula ezweni laseGibithe, wasihola ehlane, ezweni eliyihlane nelemigodi, ezweni elomileyo nelethunzi lokufa, ezweni elomileyo nelethunzi lokufa. Lapho kungazange kudlule muntu khona nalapho kungazange kuhlale muntu khona? Uka jalj uñjjattʼäta |
UGideyoni wathi kuyo: “Kodwa mnumzane, uma uSimakade enathi, kungani kwenzeke konke lokhu kithi, na? Ziphi zonke izenzo zakhe ezimangalisayo, okhokho bethu abasixoxela ngazo, bethi: ‘Akazange yini uSimakade asikhuphule eGibhithe, na?’ Kepha manje uSimakade usilahlile, wasinikela esandleni sabakwaMidiyani.”