UJeremiya 2:25 - IsiZulu 202025 Nqanda unyawo lwakho lungabi olungenasicathulo, nomphimbo wakho ukuba ungomi; kepha wena wathi: ‘Kuyize; qha, ngiyabathanda onkulunkulu babezizwe, ngizobalandela.’ Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE25 Nqanda unyawo lwakho lungabi olungenasicathulo, nomphimbo wakho ukuba ungomi; kepha wathi: ‘Kuyize; cha, ngithandile abafokazi, ngiyakubalandela.’ Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202425 Gcina izinyawo zakho zingagqoki, nomphimbo wakho ekomeni; kodwa wena wathi: Kakukho ithemba. Ngoba ngangibathanda abezizweni, ngabalandela. Uka jalj uñjjattʼäta |
Kunalokho impela sizokwenza konke esikuthembisile ngemilomo yethu. Sizoyishisela impepho indlovukazi yezulu, siyethulele iminikelo yokuphuzwayo, njengoba besenza thina nokhokho bethu, amakhosi ethu, nezikhulu zethu, emizini yakwaJuda nasemigwaqweni eJerusalema. Ngokuba sasidla sisutha ukudla, singahlushwa yilutho.