UJeremiya 19:7 - IsiZulu 20207 “ ‘Ngiyakuliphunzisa icebo likaJuda neJerusalema kule ndawo, ngibaqumbe phansi ngenkemba phambi kwezitha zabo, nangesandla sabafuna ukuphila kwabo. Izidumbu zabo ziyokuba ngukudla kwezinyoni zezulu nokwezilwane zasendle. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE7 “ ‘Ngiyakuchitha kule ndawo amasu akwaJuda naseJerusalema, ngibawise ngenkemba phambi kwezitha zabo, nangesandla sabafuna ukuphila kwabo, nginike izidumbu zabo zibe ngukudla kwezinyoni zezulu nokwezilwane zomhlaba. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20247 Ngiyakuchitha icebo lakwaJuda nelaseJerusalema kule ndawo; ngiyakubawisa ngenkemba phambi kwezitha zabo nangesandla sabafuna ukuphila kwabo; izidumbu zabo ngiyakuzinika izinyoni zezulu nokwezilwane zasendle zomhlaba zibe ngukudla. Uka jalj uñjjattʼäta |
Emveni kwalokho,” kusho uSimakade, “ngiyakunikela uZedekiya, inkosi yakwaJuda, izinceku zakhe nabantu, kulo muzi, abayosinda obhubhaneni, enkembeni, endlaleni, esandleni sikaNebukhadinezari, inkosi yaseBhabhele, esandleni sezitha zabo, esandleni sabafuna ukuphila kwabo; uyakubabhubhisa ngenkemba, angabi naluzwelo, nasihe futhi angabi namusa kubo.” ’