Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UGenesise 7:3 - IsiZulu 2020

3 Uthathe kulo lonke uhlobo lwezinyoni zezulu zibe ngamabhanqa ayisikhombisa: iduna nensikazi, ukuze kulondolozeke izinhlobo zazo emhlabeni wonke.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 nakuzo izinyoni zezulu ngasikhombisa, iduna nensikazi, ukuba kulondolozwe inzalo emhlabeni wonke.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Ezinyonini zezulu ngasikhombisa, iduna nensikazi; ukugcina imbewu iphila emhlabeni wonke.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UGenesise 7:3
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ungenise izinyoni ngezinhlobo zazo, nezilwane ngezinhlobo zazo, nezihuquzelayo ngezinhlobo zazo, konke lokho kungene ngakubili ukuze kuphile.


Thatha amabhanqa ayisikhombisa azo zonke izilwane ezihlanzekile, iduna nensikazi, nakulezo ezingahlanzekile uthathe ngazimbili, iduna nensikazi.


Ngokuba emva kwezinsuku eziyisikhombisa ngizodedela imvula, ine emhlabeni izinsuku ezingama-40 nobusuku obungama-40, ngibhubhise konke okuphilayo engikudalileyo emhlabeni.”


Izilwane nazo zangena ngazimbili kwezihlanzekile nezingahlanzekile, nezinyoni ngokunjalo, nezilwane zonke ezihuquzelayo emhlabeni,


UNowa wakhela uSimakade i-althare, wathatha kuzo zonke izilwane nezinyoni ezihlanzekileyo ngezinhlobo zazo, wenza ngazo umnikelo wokushiswa kulelo althare ayelakhile.


Ziyoba yisinengiso kini; aniyukuyidla inyama yazo; nezilwane ezifile niyozithatha njengezinengekayo kini.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka