Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UGenesise 46:10 - IsiZulu 2020

10 Amadodana kaSimeyoni kwakunguJemuweli, uJamini, u-Ohadi, uJakhini, uZoha noShawule, owayezalwa ngowesifazane ongumKhanani.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Amadodana kaSimeyoni: ngoJemuweli, noJamini, no-Ohade, noJakini, noSohari, noShawule, indodana yowesifazane waseKhanani.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Amadodana kaSimeyoni ngu oJemuweli, noJamini, no-Ohadi, noJagini, noSohari, noSawule, indodana yowesifazane waseKhanani.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UGenesise 46:10
14 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

U-Isaka wabiza uJakobe wambusisa wayesemyala, wathi kuye: “Ungalokothi uganwe ngenye yezintombi zamaKhanani.


Wakhulelwa, wathola enye indodana, wayiqamba igama wathi nguSimeyoni, ngokuba wathi: “Kungoba uSimakade uzwile ukuthi ngiyisaliwakazi, wayesengipha nalena futhi indodana.”


Kwathi ngosuku lwesithathu isabhokile iminjunju yokusokwa, amadodana kaJakobe, uSimeyoni noLevi, abafowabo bakaDina, bathatha kwaba yilowo nalowo inkemba, baphuma bayohlasela umuzi iShekhemu isinyelela, bashaya icole kwabesilisa.


UJakobe wayesethi kuSimeyoni noLevi: “Ningikhathazile, nangidonsela amanzi ngomsele kubantu bezwe, kumaKhanani namaPherizi; nina niyingcosana nje, bayakuhlangana basihlasele, bangichithe mina nendlu yami.”


Amadodana kaLevi: nguGereshoni, uKhohathi, noMerari.


namadodana akhe uHanokhi, uPhalu, uHezironi noKharimi.


Nanka amadodana ka-Israyeli: uRubeni, uSimeyoni, uLevi, uJuda, u-Isakhare, uZebuloni,


Amadodana kaSimeyoni: nguJemuweli, uJamini, u-Ohade, uJakhini, uZohari, noShawule indodana yowesifazane waseKhanani. Yiyo-ke leyo imindeni kaSimeyoni.


KwaSimeyoni: uShelumiyeli indodana kaZurishadayi.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka