Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UGenesise 43:5 - IsiZulu 2020

5 Kepha uma ungamdedeli ahambe, nathi asiyi ndawo, ngoba lowaya muntu wasidonsa ngendlebe, wathi: ‘Ngeke nibubone ubuso bami ngaphandle kokuba nibuye nomfowenu.’ ”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 kepha uma ungamthumi, asizukwehla, ngokuba lowo muntu wathi kithina: ‘Aniyikubona ubuso bami, kuphela uma umfowenu enani.’ ”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Kodwa uma ungamthumi, asiyikwehla; ngoba lowomuntu wathi kithi: Kaliyikubona ubuso bami ngaphandle kokuthi umfowenu elaye.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UGenesise 43:5
10 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngimfunge uFaro, nizovivinywa ngalokhu, ngeke nihambe uma umfowenu omncane engafiki lapha.


Kufanele nilethe umfowenu omncane ukuze ngibe nesiqiniseko sokuthi amazwi enu ayiqiniso; ningafi.” Nebala benza kanjalo.


UJakobe wathi: “Indodana yami ayiyukwehla nani, ngokuba umfowabo ufile, manje nguye yedwa osele, uma ehlelwa yingozi endleleni, niyokwenza ukuba ngiye kwelabafileyo nginomunyu.”


UJuda wathi kuye: “Lowaya muntu waseGibhithe wafunga wagomela, wathi: ‘Ngeke nibubone ubuso bami ngaphandle kokuba nibuye nomfowenu.’


Uma umthumela nathi, siyakwehla sithenge ukudla.


U-Israyeli wababuza wathi: “Nibenzeleni lobu bubi kimi bokutshela lowo muntu ukuthi ninomunye umfowenu na?”


Wathi ezincekwini zakho: ‘Uma ningezi nomfowenu omncane, ngeke niphinde nibubone ubuso bami.’


Ubaba wathi: ‘Buyelani niyosithengela ukudla.’


Thina sathi: ‘Asinakubuyela lapho uma umfowethu omncane engahambi nathi, ngokuba ngeke sibubone ubuso balowo muntu uma umfowethu omncane engekho.’


Hlonipha uyihlo nonyoko ukuze izinsuku zakho zande ezweni, uSimakade uNkulunkulu wakho akunika lona.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka