Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UGenesise 42:19 - IsiZulu 2020

19 Uma niqotho, makusale oyedwa wenu endlini yokulinda, nina nibuyele emuva emindenini yenu nokudla.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Uma ningabaqotho, makuboshwe omunye wabafowenu endlini yokulindwa kwenu, kepha hambani nina, nibuyele namabele endlala yezindlu zenu,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Uma ningamadoda aqotho, omunye wabafowenu makaboshwe endlini yetilongo lenu; hambani, nithwale ukolweni ngendlala yezindlu zenu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UGenesise 42:19
13 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wazivalela endlini yenduna yabalindi benkosi, zafakwa ejele, lapho kwakuvalelwe khona uJosefa.


Indlala yayisezweni lonke, ngakho-ke uJosefa wazivula zonke izinqolobane, wathengisela abaseGibhithe, ngokuba indlala yayisidlangile naseGibhithe.


Sonke singamadodana endoda eyodwa, singabantu abaqotho, asiyizo izinhloli.”


Ngosuku lwesithathu uJosefa wathi kubo: “Yenzani lokhu ukuze niphile, ngokuba ngingumuntu omesabayo uNkulunkulu.


Kufanele nilethe umfowenu omncane ukuze ngibe nesiqiniseko sokuthi amazwi enu ayiqiniso; ningafi.” Nebala benza kanjalo.


Bazethwesa izimbongolo zabo okusanhlamvu, base beqala uhambo lwabo.


Lowo muntu oyinkosi yalelo lizwe, wathi kithi: ‘Shiyani kimi omunye umfowenu, nihambe, nithathele imindeni yenu ukudla.


Wayesethumelela uyise lokhu: izimbongolo eziyishumi zithwele amagugu aseGibhithe, nezimbongolo eziyishumi zezinsikazi zithwele okusanhlamvu, nezinkwa nokunye okungumphako kayise.


Kodwa laba bangabantu abaphuciweyo baphangwa; bonke bacushwe emigodini, bafihlwa emajele; bangabokuphangwa, akekho obasindisayo, bayimpango, akekho nothi: “Buyisa.”


ukuze uvule amehlo ezimpumputhe, ukhiphe iziboshwa ejele, nabahlezi ebumnyameni ejele.


Izikhulu zamthukuthelela uJeremiya, zamshaya, zamfaka ejele, endlini kaJonathani, umbhali, eyayenziwe ijele.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka