Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UGenesise 41:53 - IsiZulu 2020

53 Yaphela iminyaka eyisikhombisa yenala eyayikhona eGibhithe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

53 Iminyaka eyisikhombisa yenala eyayisezweni laseGibithe yaphela.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

53 Yaphela iminyaka eyisikhombisa yenala eyayisezweni laseGibithe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UGenesise 41:53
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Eyesibili indodana wayiqamba wathi ngu-Efrayimi, ngokuba ethi: “UNkulunkulu ungandisile ezweni lokuhlupheka kwami.”


Iminyaka eyisikhombisa yendlala yaqala njengoba uJosefa ayeshilo. Kwaba nendlala kulo lonke izwe, kodwa eGibhithe kwakukhona ukudla.


Niyayibona le ndlala ekhona ezweni isathathe iminyaka emibili, isazoqhubeka eminye emihlanu kungalinywa, kungavunwa.


Njengephupho ekuphaphameni, Nkosi, uyakuwedelela umfanekiso wabo ekuvukeni kwakho.


“Kepha u-Abhrahama wathi: ‘Ndodana, khumbula ukuthi wamukela okuhle kwakho ngesikhathi usaphila, noLazaru ngokunjalo wamukela okubi, kodwa manje uyaduduzwa yena lapha, wena usuyahlupheka.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka