Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UGenesise 4:17 - IsiZulu 2020

17 UKhayini walala nomkakhe wakhulelwa, wazala u-Enokhi. UKhayini wakha umuzi wawuqamba ngegama lendodana yakhe u-Enokhi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 UKayini wamazi umkakhe; wakhulelwa, wazala u-Enoke. Wakha umuzi, wawuqamba igama lokuthi u-Enoke ngegama lendodana yakhe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

17 UKayini wamazi umkakhe; wakhulelwa, wazala u-Enoke; wakha umuzi, wawuqamba ngegama lendodana yakhe u-Enoke.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UGenesise 4:17
11 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Base bethi: “Wozani sizakhele isithabathaba somuzi onombhoshongo omude ofinyelela esibhakabhakeni, ukuze ngawo sizakhele igama emhlabeni, singahlakazeki nezwe lonke!”


UKhayini wasuka phambi kukaSimakade, wahamba wayohlala eNodi, empumalanga ye-Edeni.


U-Enokhi wazala u-Iradi, uyise kaMehujayeli, uMehujayeli wazala uMethushayeli, uMethushayeli wazala uLameki.


Kwathi uJaredi eseneminyaka eyi-162, wazala u-Enokhi.


Esezelwe uMethusela, u-Enokhi waphila iminyaka engama-300 ehamba noNkulunkulu, waphinde wazala amadodana namadodakazi.


U-Absalomu esaphila wayethathe insika, wazimisela yona eSigodini seNkosi, ngokuba wathi: “Anginandodana ezovusa igama lami.” Wayiqamba insika ngegama lakhe; isabizwa ngokuthi yisikhumbuzo sika-Absalomu, kuze kube namuhla.


Ukucabanga kwabo kuthi izindlu zabo zizakuma kuze kube phakade, nemizi yabo, ezizukulwaneni ngezizukulwane; amazwe abo bawaqamba ngamagama abo.


Kepha umuntu, nakuba enodumo, akayukuhlala angafi, ufana nezilwane ezibhubhayo.


Inkosi yathatha, yathi: “Angithi yileli Bhabhele elikhulu engilakhileyo ukuba libe yindlu yobukhosi ngezikhwepha zamandla ami, libe ludumo lobukhosi bami na?”


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka