Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UGenesise 36:5 - IsiZulu 2020

5 u-Oholibhama wamzalela uJewushi, uJalamu noKhora. Yilawo-ke amadodana ka-Esawu awazalelwa eseseKhanani.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 u-Oholibama wazala oJewushe, noJalamu, noKora; lawo angamadodana ka-Esawu azalelwa wona ezweni laseKhanani.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

5 U-Oholibama wazala oJewusi, noJalamu, noKora; lawo angamadodana kaEsawu azalelwa wona ezweni laseKhanani.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UGenesise 36:5
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

U-Isaka wafa, wangcwatshwa noyisemkhulu, esekhulile impela, amadodana akhe o-Esawu noJakobe bamngcwaba.


Lawa kwakungamadodana ka-Oholibhama indodakazi ka-Ana, engumzukulu kaZibhiyoni, umka-Esawu, kwakunguJewushi, uJalamu, noKhora.


Lawa ngamadodana ka-Oholibhama, umka-Esawu: kwakuyizikhulu uJewushi, uJalamu, noKhora. Yilazo-ke izikhulu ezazizalwa ngu-Oholibhama, indodakazi ka-Ana, umka-Esawu.


U-Ada wamzalela u-Esawu u-Elifazi, uBhasematha wamzalela uRuweli,


U-Esawu wathatha abafazi bakhe, amadodana akhe, amadodakazi akhe, nabo bonke ayenabo, izinkomo zakhe, yonke imfuyo yakhe, nempahla yonke ayeyithole eKhanani, wathuthela ezweni elaliqhelelene nomfowabo uJakobe.


Amadodana ka-Esawu: u-Elifazi, uRehuweli, uJewushe, uJalamu, noKora.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka