Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UGenesise 36:12 - IsiZulu 2020

12 UThimna owayeyisancinza sika-Elifazi, wamzalela indodana okuthiwa ngu-Amaleki. Laba babeyisizukulwane sika-Ada, umka-Esawu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 UThimna wayeyisancinza sika-Elifazi indodana ka-Esawu; wamzalela u-Elifazi u-Amaleki; yilawo angamadodana ka-Ada umka-Esawu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

12 UThimna wayeyisancinza sika-Elifazi indodana ka-Esawu; wazala u-Elifazi u-Amaleki. Lawa angamadodana ka-Ada umka-Esawu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UGenesise 36:12
10 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Base bebuyela emuva, bafika e-Eni Mishiphathi okuyiKadeshi, balinqoba lonke izwe lama-Amaleki, nama-Amori ayakhe eHazezoni Thamari.


Amadodana ka-Elifazi kwakunguThemane, u-Omari, uZefo, uGathamu noKhenazi.


Amadodana kaRuweli, kwakunguNahathi, uZera, uShama, noMiza. Laba babeyisizukulwane sikaBhasemathi.


Amadodana kaLothani kwakunguHori noHomamu, udadewabo kaLothani kwakunguThimna.


Amadodana ka-Elifazi: uThemani, u-Omari, uZefi, uGathamu, uKenazi, uThimna no-Amaleki.


“Unganengwa ngowakwa-Edomi, ngokuba ungumfowenu; awuyukunengwa ngowaseGibhithe, ngokuba wawungumfokazi ezweni lakubo.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka