Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UGenesise 34:8 - IsiZulu 2020

8 UHamori wathi kubo: “Indodana yami uShekhemu iyayithanda indodakazi yenu. Mganiseleni yona ibe ngumkakhe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 UHamori wakhuluma nabo, wathi: “Inhliziyo yendodana yami uShekemi iyabambelela endodakazini yenu; ake nimuphe yona, ibe ngumkakhe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

8 UHamori wakhuluma kubo, wathi: “Umphefumulo wendodana yami uShekemi ulangazelela indodakazi yenu;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UGenesise 34:8
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wayethathekile nguDina, indodakazi kaJakobe, futhi emthanda, wakhuluma naye wathulula inhliziyo yakhe kuye.


Amadodana kaJakobe ayefika nje evela ekwaluseni lapho ezwa ngaleso sigameko, ashaqeka, awotha ubomvu, ngokuba wayenze ichilo kwa-Israyeli ngokungcolisa indodakazi kaJakobe, okwakuyinto eyayingafanele neze ukwenziwa.


Masiganiselane, nisinike amadodakazi enu abe ngabafazi bethu, nani nithathe amadodakazi ethu abe ngabafazi benu.


Babevela ezizweni ayeshilo ngazo uSimakade kubantu bakwa-Israyeli, wathi: “Ningahambi phakathi kwabo, nabo bangahambi phakathi kwenu, ngokuba bayakuziphambukisa impela izinhliziyo zenu, bese zilandela onkulunkulu babo.” Kepha uSolomoni wanamathela kubo, wabathanda.


Njengesigqila silangazelela ithunzi, nosebenzayo elindele umholo wakhe,


Umphefumulo wami waphukile, ngokuba ngihlala ngilangazelela izehlulelo zakho.


Nkulunkulu, Wena unguNkulunkulu wami, ngiyakufuna. Umphefumulo wami womele Wena, umzimba wami ulangazelela Wena, ezweni eligagadekileyo, lapho kungekho khona amanzi.


Umphefumulo wami ulangazelela, womela amagceke kaSimakade. Inhliziyo yami nomzimba wami kuhuba ngokwethaba kuNkulunkulu ophilayo.


Kepha abayukubuyela ezweni, abalangazelela ukubuyela kulo.”


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka