Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UGenesise 34:25 - IsiZulu 2020

25 Kwathi ngosuku lwesithathu isabhokile iminjunju yokusokwa, amadodana kaJakobe, uSimeyoni noLevi, abafowabo bakaDina, bathatha kwaba yilowo nalowo inkemba, baphuma bayohlasela umuzi iShekhemu isinyelela, bashaya icole kwabesilisa.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 Kwathi ngosuku lwesithathu bese nobuhlungu, amadodana amabili kaJakobe, oSimeyoni noLevi, abanewabo bakaDina, bathatha, kwaba yilowo nalowo inkemba yakhe, bahlasela umuzi ngesibindi, babulala bonke abesilisa.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

25 Kwathi ngosuku lwesithathu sebehlupheka, amadodana amabili kaJakobe, uSimeyoni noLevi, abafowabo bakaDina, bathatha kwaba yilowo nalowo inkemba yakhe, behla emzini ngesibindi, babulala bonke abantu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UGenesise 34:25
10 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Babulala uHamori noShekhemu indodana yakhe ngenkemba, bakhipha uDina endlini kaShekhemu, bahamba naye.


UHezekiya akenzanga okuhle njengoba ayenzelwe okuhle, waphakama enhliziyweni yakhe, ngakho-ke ulaka lukaSimakade lwaba phezu kwakhe nakuJuda neJerusalema.


Ngokuba abalali uma bengakwenzanga okubi; bayaqwasha uma bengakhubekisanga muntu;


Ngalokho, babulaleni manje bonke abafana, nabo bonke abesifazane asebeyazi indoda.


Balwa nabakwaMidiyani njengalokhu uSimakade ayemyalile uMose, babulala bonke abesilisa.


Ngokuba abantu bakwa-Israyeli bahamba iminyaka engama-40 ehlane, saze saphela isizwe namadoda empi ababephume eGibhithe, abangalalelanga izwi likaSimakade, afunga ngalo kubo ukuthi abasoze balibone izwe ayethembise ukulinika oyisemkhulu, izwe elichichima ubisi noju.


kwathi sebesokiwe bonke, bahlala lapho, baze baphola.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka