UGenesise 24:32 - IsiZulu 202032 Ngakho-ke indoda yangena endlini, uLabani wawethula imithwalo amakameli, wayesewaphakela utshani nefolishi. Indoda namadoda ayeyiphelezela babanika amanzi okugeza izinyawo. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE32 Wayesengena endlini lowo muntu, wakhumula amakamela, wapha amakamela utshani nefoliji, waletha namanzi okugeza izinyawo zakhe nezinyawo zamadoda anaye. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202432 Indoda yangena endlini, yakhulula amakamela ayo, yanika amakamela utshani nefolishi namanzi ukuba ageze izinyawo zayo nezinyawo zamadoda ayenayo. Uka jalj uñjjattʼäta |