Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UGenesise 18:23 - IsiZulu 2020

23 U-Abhrahama wasondela kuye wathi: “Ngabe uzoqotha imbokodo nesisekelo yini kwabalungileyo nababi na?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 U-Abrahama wasondela, wathi: “Uyakubhubhisa olungileyo kanye nomubi na?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

23 U-Abrahama wasondela, wathi: “Niyakubhubhisa olungileyo kanye nomubi na?”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UGenesise 18:23
15 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kungenzeka kube khona abalungileyo abangama-50 kulo muzi. Ngabe uzowuqothula wonke umuzi ungawuyeki ngenxa yabalungileyo abangama-50 abakuwo na?


Impela mazingafi ngamvunye, abalungileyo nababi. Makube kude nawe ukwenza into efana naleyo. UMehluleli womhlaba wonke angakwenza kanjani okungalungile na?”


U-Abhimeleki wayengakalali noSara. Wayesethi: “Nkosi, impela uzobulala abantu abangenacala na?


Lapho uDavide eyibona ingelosi eyayibulala abantu, wathi kuSimakade: “Bheka, yimi engonile, ngenza okubi, kodwa lezi zimvu zenzeni na? Isandla sakho masibe phezu kwami naphezu kwendlu kababa.”


Imbala ozonda ubulungiswa uyakubusa yini na? Uyakumlahla yini olungileyo nonamandla,


Ngabe uNkulunkulu uyabuhlanekezela ubulungiswa, uSomandla aphendukezele ukulunga na?


Kepha mina kungilungele ukusondela kuNkulunkulu, ngiyenzile iNkosi uSimakade ibe yisiphephelo sami, ukuze ngishumayele zonke izenzo zakho.


Ziqhelelanise nokwethwesa omunye icala lamanga, ungambulali ongenacala noma labo abaseqinisweni, ngokuba angiyukumkhulula onecala.


Isikhulu siyakuba ngomunye wabo, nombusi walo uyakuvela phakathi kwabo. Ngiyakumsondeza, asondele kimi, ngokuba ngubani oke waba nesibindi sokusondela kimi na?’ kusho uSimakade.


UMose no-Aroni bawa bathi mbo ngobuso phansi, bathi: “Nkulunkulu! Nkulunkulu! Mthombo wokuphila konke, usuzothukuthelela yonke inhlangano ngenxa yesono somuntu oyedwa nje?”


masisondele ngenhliziyo eqinisileyo nangokwethemba kokukholwa okupheleleyo, zifafaziwe izinhliziyo zethu konembeza ababi, nomzimba wethu ugeziwe ngamanzi acwebileyo.


Ngakho-ke vumani izono omunye komunye, nikhulekelane ukuze niphulukiswe. Umkhuleko wolungileyo unamandla kakhulu.


U-Eliya wayengumuntu efana nathi; wakhuleka nokukhuleka ukuba lingani; alinanga emhlabeni iminyaka emithathu nezinyanga eziyisithupha.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka