Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UGenesise 14:8 - IsiZulu 2020

8 Amakhosi aseSodoma, eGomora, e-Adima, eZebhoyimu, naseBhela, elibuye laziwe ngokuthi yiZowari, ehlela esigodini iSidimu, aphaka impi yawo ngamahlandla,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Yaphuma inkosi yaseSodoma, nenkosi yaseGomora, nenkosi yase-Adima, nenkosi yaseSeboyimi, nenkosi yaseBela eliyiSowari; bahloma, balwa nabo esiGodini saseSidimi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Inkosi yaseSodoma, nenkosi yaseGomora, nenkosi yase-Adima, nenkosi yaseSeboyimi, nenkosi yaseBela, okuyiZowari, baphuma balwa nabo esigodini saseSidimi;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UGenesise 14:8
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

imingcele yayo yayisuka eSidoni ibheke eGera kuze kube seGaza, iye eSodoma, eGomora, e-Adima, naseZebhoyimu, ize ifinyelele eLasha.


ULothi wabheka, walibona lonke ithafa eliseJordani kuze kube seZowari ukuthi lalivunde njengensimu kaSimakade, nanjengeGibhithe. Lokho kwenzeka uSimakade engakalibhubhisi iSodoma neGomora.


Isigodi iSidimu sasigcwele imigodi yebhithumeni, okwathi lapho amakhosi aseSodoma naseGomora ebaleka, amanye amadoda aphonseka kuyo, amanye athi galo yephuka ephikelele ezintabeni.


abhekana noKhedoloma inkosi yakwa-Elamu, noThidali inkosi yezizwe, no-Amirafeli inkosi yaseShinari, no-Ariyokhi inkosi yase-Elasa, kungamakhosi amane ebhekene namakhosi amahlanu.


Nankuya umuzi omncane oseduze, futhi mncane, ngingabalekela kuwo, ngiphephe.”


Kepha phangisa ubalekele kuwo, ngoba akukho engingakwenza ungakafiki kuwo.” Yingakho lowo muzi ubizwa ngokuthi yiZowari.


“Ngingakuyekela kanjani, Efrayimi, ngikukhaphele kanjani, Israyeli na? Ngingakwenza kanjani ube njenge-Adima, ngikwenze kanjani ube njengeZebhoyimi na? Inhliziyo yami iyaphenduka ngaphakathi kimi, sonke isihawu sami sivusiwe.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka