UGenesise 11:29 - IsiZulu 202029 U-Abhrama noNahori baganwa. U-Abhrama waganwa nguSarayi, uNahori waganwa nguMilikha, owayeyindodakazi kaHarana, owayezala u-Isikha. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE29 O-Abrama noNahori bazithathela abafazi; igama lomka-Abrama lalinguSarayi; igama lomkaNahori lalinguMilka, indodakazi kaHarana, uyise kaMilka noyise kaJiska. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202429 O-Abrama noNahori bazithathela abafazi; igama lomka-Abrama lalinguSarayi; igama lomkaNahori lalinguMilka, indodakazi kaHarana, uyise kaMilka, noyise kaIska. Uka jalj uñjjattʼäta |