Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UGenesise 10:29 - IsiZulu 2020

29 u-Ofiri, uHavila noJobhabhu. Bonke laba babengamadodana kaJokithani.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

29 no-Ofiri, noHavila, noJababi; bonke laba babengamadodana kaJokothane.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

29 no-Ofiri noHavila noJobabi; bonke babengamadodana kaJokitani.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UGenesise 10:29
15 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

u-Obhali, u-Abhimayeli, uShebha,


Indawo ababakhe kuyo yayisuka eMesha ize ifike eSefari, kwelezintaba empumalanga.


Igama lowokuqala kwakuyiPhishoni. Yiwo ogobhoza uzungeze lonke izwe iHavila, lapho kunegolide khona.


Izizukulwane zakhe zakha kusukela eHavila kuyoshaya eShuri, eduze nomngcele eGibhithe uma ulibhekise e-Ashuri. U-Ishmayeli wayengumdlwembe phakathi kwabafowabo, ehlala ebachukuluza.


UJehoshafathi walungisa imikhumbi yaseTharishishi ukuba iye e-Ofiri ukuyolanda igolide, kodwa ayihambanga, ngokuba imikhumbi yephukela e-Eziyoni Gebheri.


Zaya e-Ofiri, zalanda lapho igolide elingamathalenta angama-420, zaliletha enkosini uSolomoni.


u-Ofiri, uHavila, uJobhabhi; bonke laba babengamadodana kaJokothane;


u-Ishmerayi, uJiziliya, uJobhabhi, kwakungamadodana ka-Eliphahali.


Kubaphristi: kwakunguJedaya, uJehoyaribi, uJakhini,


nabafowabo, beyizinhloko zezindlu zokhokho babo, beyi-1 760, amadoda ahlakaniphile emsebenzini wenkonzo endlini kaNkulunkulu.


ulahle igolide lakho othulini, nelase-Ofiri ulitshinge phakathi kwamatshe esigodini,


Ayinakulinganiswa negolide lase-Ofiri, neshohamu eliyigugu nesafire.


Amadodakazi amakhosi aphakathi kwabesifazane bakho abadumileyo, indlovukazi imi ngakwesokunene sakho, ihlobe ngegolide lase-Ofiri.


Ngiyokwenza umuntu abe yigugu kunegolide elicwengekileyo; yebo, umuntu muhle kunegolide elicwengekileyo lase-Ofiri.


USawule wawanqoba ama-Amaleki kusukela eHavila kuya ngaseShuri elingaphambi kweGibhithe.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka