UEksodusi 4:6 - IsiZulu 20206 USimakade wabuye wathi kuye: “Faka isandla esifubeni sakho.” Wasifaka. Lapho esikhipha, mameshane, isandla sakhe sabe sesinochoko, simhlophe njengeqhwa. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE6 UJehova wathi futhi kuye: “Faka isandla sakho esifubeni sakho.” Wayesefaka isandla sakhe esifubeni sakhe; lapho esesikhipha, bheka, isandla sakhe sasinochoko, sinjengeqhwa. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20246 INkosi yasisithi kuye: Faka isandla sakho esifubeni sakho. Wasifaka isandla sakhe esifubeni sakhe; wasikhipha, bheka, isandla sakhe sasinochoko njengeqhwa. Uka jalj uñjjattʼäta |